2024 Lenten Reflection – Zulu

I-Nkathi yokuHlawula isinika lelithuba lomkhuleko nempenduko; lokhu esingakubiza
ngokuzilungiselela ukhetho ngokomoya. Amaqembu ezepolitiki nabantu nje banendlela
yabo yokulungiselela ukhetho. Thina, njengamakholwa, sizilungiselela ngokomoya.


Sicela amaKhatholika nabobonke abantu abanentando enhle ukuba bakhuleke, bazile futhi
baphenduke ukuze izwe lethu liphulukiswe.

Facebooktwitteryoutube

Facebooktwitterlinkedinmail

Leave a Reply